UMntwana uMahlahleni Khumalo wayeyindodana yeNkosi u-Mzilikazi kaMashobana.Wayezalwa uNdlunkulu weNkosi uMzilikazi uMaZondo waseMgugudwini . EMgugudwini kwabe kungenye yemizi yeNkosi uMzilikazi. Eminye imizi yeNkosi uMzilikazi kwakuseMhlahlandlela, eNdinaneni, oJingeni , eMkhwahla kanye neminye. Uyi... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaNkuna Abantu bakwaNkuna baphuma kubantu bakwaKhumalo.Isizwe sakwaKhumalo ngesikhathi seNkosi uDingiswayo sasakhe eBabanango kuhambe njalo kuze kuyofika koNondweni. Inkosi uMagugu ka Gasa eyayibusa abakwaKhumalo ngaleso sikhathi.Kuhambe kwahamba kwagcina kudaleke obunye ubukho... qhubeka ufunde »
Umlando ngoLotshe noMbambelele Mtshali Lezi izinsizwa zaseMantshalini ezazakhela amagama ngesikhathi sikaZwekufa(De Mfecane Wars) . OLotshe noMbambelele kwakungamadodana kaHlabangane kaKhondlo Mtshali ,sengathi nguLotshe owayemdala . Lezinsizwa zazigqishe noMzilikazi kaMashobana ngesikhathi sikaZw... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMhabahaba kaNkwali waBakhwanazi “UMafukula owafukula kwakhwabitha iNkosi! UGwagwa liyagwagwa umbane wezulu! Wena owaciba ngomkhonto kwaphepha iNkosi yabeNtungwa “ Lezi izihasho zikaMhabahaba indodana kaZama kaBebesi wakwaMkhwanazi . UMhabahaba wayengelinye lamaqhawe kaMzilikazi Khumal... qhubeka ufunde »
UMagqekeni kaMagogo iqhawe lakwaSithole UMagqekeni ungomunye wabantu abawunothisa kakhulu umlando wabakwaSithole . Le nsizwa yabe iyisethenjwa nesilomo esikhulu seSilo saseMhlahlandlela iSilo uMzilikazi kaMashobana ,yayibuye ibe yinduna yomuzi waseGabeni owawakhe eTswenyane , eNorth West lapho kwake... qhubeka ufunde »
UMtshede [Robert Moffart] UMngisi uRobert Moffart wayengumngane omkhulu weNkosi yabeNtungwa nabeThwakazi inkosi uMzilikazi kaMashobana Khumalo. URobert Moffart wazalelwa kwelamaNgisi endaweni yaseOmiston ,East Lothian ,eScotland ngowe-1783 [Kodwa uWikipedia uthi wazalwa ngowe1795].Le nsiwa yakwaMoff... qhubeka ufunde »
Amagogo Induna yaMagogo kwakunguMaqhekeni wakwaSithole . Leli butho uMaqhekeni wayeliqambe ngoyise uMagogo Sithole owasala empini yaseNtumbane ngenkathi kulwa uZulu naBaNtungwa ngaphansi kweNkosi uMzilikazi . UMaqhekeni wayegqishe neNkosi uMzilikazi . 2. Amatshetshe Induna yaMatshetshe kwakunguSif... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaChauke bayisizwe esikhulu esitholakala kakhulu eMozambikwe nokuyilapho ubukhosi baso busazinze khona . Laba bantu bakwaChauke babuye batholakale eNingizimu Afrika koGiyane,Tzaneen ,Thulamahashe koThoyando nakwezinye izindawo . Lesi sibuye sitholakale nasezweni laseZimbabwe koKezi ,koChip... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaNyandeni Abantu bakwaNyandeni babekade bengabaNtungwa bakaMbulazi ngokobuzwe ,bengabakwaKhumalo.UNyandeni okwaqanjwa ngaye isibongo wabe engenye yamadodana kaMashobana ,engumnewabo Mzilikazi,Nzeni,Ntshembeni nabanye. Isibongo sakwaNyandeni sakheka ngemuva kokuba kuxoshwe u-Ny... qhubeka ufunde »