Umlando ngeNdlovukati uNandzi Khumalo Lishonile boNgwane labahle ,ake siphose itshe eSivivaneni ngeNdlovukati yakithi eMbhuleni iNdlovukati uNandzi Khumalo.Umuzi waseMbhuleni wabe ungoweNgwenyama uMswati wesibili,wawakhe buqamama negquma iDlomodlomo kwaManzana,endaweni eyayaziwa ngokuthi kuse Badplaas ngaphambilini.UKhwini Nandzi wayezalwa nguMagadlela Khumalo ,ezalelwe endaweni eyaziwa ngokuthi kuseMkhondo namuhla,eyayaziwa ngePiet Ritief ngaphambilini.INdlu kaZikode uyise kaMashobana yiyona egcwele kuleya ndawo.Le Ndlu yakwaKhumalo yayinobukhosi endaweni esibizwa ngokuthi kuseMkhondo namuh... qhubeka ufunde »