Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

 

INdlovukati uSisile ka Mgangeni Khumalo yakithi eNkanini(eNkhanini)

INdlovukati uSisile ka Mgangeni Khumalo yakithi eNkanini(eNkhanini) Kusile noNgwane labahle,ngethemba nivuke kahle nonke.Esithombeni nguDade uNqobili Nunu Khumalo onguMlingisi ,wake wadlala kwiScandal.Nathi eMantungweni sake saba bakhulu embusweni wakwaNgwane.Sasinayo nathi iNdlovukati ,leyo Ndlovukati uSisile Khumalo indodakazi ka Mgangeni .INdlovukati uLaMgangeni yaba iNdlovukati kusukela ngonyaka ka 1875 kuya ku 1881.Yayihlala esigodlweni saseNkhanini ngakwaLobamba.INdlovukati yakithi yona yayithathe kuLaZidze(iNdlovukati uThandzile ka Zwide Ndwandwe ) owaba iNdlovukati kusukela 1840 kuya k... qhubeka ufunde »

Ukuchazwa kwezibongo zenkosi uMzilikazi eziphathelene nokukhothama kwayo

Ukuchazwa kwezibongo zenkosi uMzilikazi eziphathelene nokukhothama kwayo  Enhla nasezansi ngiyawabingelela wonke aMantungwa ka Mbulazi.Ezibongweni zenkosi uMzilikazi ngasekugcineni kwazo kunezinhlamvu ezithi”Yadilika iNgome yengama iNgama,Ntaba zeNtumbane naMathopho niyadela,ngokuzibula ngethambo... qhubeka ufunde »

Umlando ngoCecil John Rhodes

Umlando ngoCecil John Rhodes   Nina beSilo nanso-ke leyo ndoda yoMngisi uCecil John Rhodes okwaqanjwa ngayo izindawo eziningi lapha eAfrika kuhlanganisa namazwe amabili iRhodesia osekuyiZimbabwe namuhla kanye neNorthen Rhodesia osekuyiZambia namuhla.Kukhona neNyuvesi iRhodes eKapa nayo eyaqanjwa ng... qhubeka ufunde »

error: Content is protected !!