Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

 

Tnanatelo takaNgubeni

Tinanatelo takaNgubeni  Ngubeni, Mntungwa, Luvuno, Nkomo, Mazotfo  Mntungwa loluhlata lonjengencoshane, Mntungwa, Nibahle ngekutfwala uMshingitane ehleti eNgcobosheni, Mntungwa, Nibabi ngephakela umkhwenyana eluDzengelweni, Nine banikhetsa lokukhulu, Phindzela, Nkomo kaYengwako Awuqedwa Ngubeni,awuqedwa Mntungwa!   Esithombeni nguWright Ngubeni onguMlingisi.Abantu bakwaNgubeni baphuma kwaKhumalo.Baphuma kuYengwayo enye yamadodana kaKhumalo.UYengwayo owazala uNkomo owazala uLuvuno.Kukhona uzalo lukaLuvuno olusebenzisa uKhumalo njengesibongo.Lolo zalo lugqamisa uLuvuno noMagadlela  ezith... qhubeka ufunde »

Tinanatelo takaKhumalo

Tinanatelo takaKhumalo Khumalo, Mntungwa, Wena waseMandla, Mbulazi, Kuhlase, Wenawadla umuntfu wamyenga ngendzaba, Nibahle Mantungwa ngoba nanikela umuntfu eluDzengelweni , Nine nadlela eNcebeleshaneni, Wena waseBuhleni, Wena waSiwela, Mgcoyiza Labanye batsi :  Khumalo, Zikodze, Sonani, Wena waSiwe... qhubeka ufunde »

Ubuchule bukaLotshe Mtshali

Ubuchule bukaLotshe Mtshali  Nina beSilo leli Bhasi enilibona esithombeni iBhasi elesikole samabanga aphansi iLotshe Primary School kwaBulawayo eNingizimu yezwe laseZimbabwe.ULotshe lona okwaqanjwa ngaye lesi sikole wayengowaseMantshalini,ezalwa uHlabangane ka Khondlo.Le nsizwa yaseMantshalini kuth... qhubeka ufunde »

Umlando ngomuzi waseMvutshweni

Umuzi waseMvutshweni  Umuzi waseMvutshweni wakhiwa inkosi uLobhengula ka Mzilikazi.Amanxiwa alo muzi abuqamama nomfula uMguza lapho sekwakhiwe khona uMvutcha Abattoir.Inkosi uLobhengula yaqamba lo muzi  ngoMvutshwa ngoba kulapho kwakuphiselwa khona utshwalwa,kuhlastshwe nezinkomo kudliwe kube kuhl... qhubeka ufunde »

Umlando ngesibongo sakwaPhukwana

  Umlando ngesibongo sakwaPhukwana   Nina beSilo esithombeni nguBaba uMtutuzeli Dudu Pukwana owabe enguMculi weJazz,ehamba umhlaba wonke ngezikhathi zakhe.UBaba uPukwana wayezalwe ngomhlaka 18 kuNtulikazi 1938 ezalelwa lapho sekuseGqeberha khona namuhla.Wedlula emhlabeni mhlaka 30 kuNhlangulana 1990 eshonela eNgilandi,eneminyaka eyi51.Abantu bakwaPhukwana nina beSilo basengabantu bakwaKhumalo,sibathola bethe chithi saka esifundazweni iMpumalanga Koloni.Banobukhosi babo endaweni yaseMdletye... qhubeka ufunde » read more

Umlando ngesibongo sakwaMabhena

Umlando ngesibongo sakwaMabhena  Abantu abakwaMabhena nabo banaye uKhokho wabo  ogama lakhe linguMntungwa njengabo nje abantu baseMantungweni.Lo Mntungwa wakwaMabhena akaxhumene noMntungwa waseMantungweni.OwaseMantungweni uzalwa nguMbulazi,kanti owakwaMabhena yena uzalwa nguMkhalangana.Abantu bakwaMabhena banobukhosi obukhulu esifundazweni saseMpumalanga,lobu bukhosi baziwa ngokuthi buwubukhosi baseManaleni okungelinye igama lesizwe sakwaMabhena,kuthiwa bangabakwaManala kususelwa egameni likaK... qhubeka ufunde » read more

Umlando ngesibongo sakwaMacozoma

Umlando ngabantu bakwaMacozoma Abantu bakwaMacozoma esibathola esifundazweni saseMpumalanga Koloni basengabantu bakwaKhumalo.Ukhokho wabo nguMdletshe ka Langa wakwaKhumalo.UMdletshe lona ubuye abe nguKhokho wabantu abakwaPhukwana kanye nabakwaTshangana abanobukhosi endaweni yaseMdletyeni eTsomo esif... qhubeka ufunde »

Umlando ngaBathiyane

Umlando ngaBathiyane Nina beSilo ake sibheke umlando waBathiyane esibathola kwaSokhulu enyakatho yesifundazwe sakwaZulu.Uma kukhulunywa ngabantu baseBathiyaneni kusuke kukhulunywa ngezibongo esingabala kuzo esakwaSokhulu,esakwaMthiyane,esakwaZondo kanye nezinye.Ngokomlando obhalwe phansi sithola uku... qhubeka ufunde »

Umlando ngesibongo sakwaZondo

Umlando ngesibongo sakwaZondo Nina abaDlungwane ka Ndaba odlunge emanxulumeni kwaze kwasa amanxuluma esibekelana! Ake sibheke umlando wabantu bakwaZondo abangabaseBaThiyaneni.Sasishilo ngaphambilini ngenkathi sichaza ngomlando wabakwaSokhulu nabakwaMthiyane sathi uMthiyane okwaqanjwa ngaye isibongo ... qhubeka ufunde »

IHubo lenkosi uBheje Khumalo

Mantungwa ka Mbulazi nina abeSinambathi esagxabha senyela eManyandane.Nali iHubo le nkosi uBheje yabakwaKhumalo.  

read more

error: Content is protected !!