Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

 

Umlando ngaMantungwa aseMpumalanga Koloni (iMidletye)

Isibongo sakwaKhumalo singesinye sezibongo ezinkulu kuleli laseNingizimu Afrika. Lesi sibongo sidume ngesithakazelo saso uMntungwa ,okuligama leNzalabantu yaMantungwa, uMntungwa ka Mbulazi . UMntungwa ka Mbulazi wazala amadodana akhe oMabaso kanye noKhumalo. KuMabaso kuphuma abakwaMabaso, kuKhumalo kuphuma abakwaKhumalo. KuMabaso kwabuye kwaphuma nezinye futhi izibongo esingabala esakwaKhulu, esakwaHlanguza, esakwaJeza, esaNziane, esakwaChauke ,esakwaNdaba-Bhadela kanye nezinye. KuKhumalo kuphuma ezinye futhi izibongo, esingabala esakwaNyandeni, esakwaNkosi (Ndlangamandla), esakwaNyawose, esak... qhubeka ufunde »

error: Content is protected !!