Ukuchazwa kwezibongo zenkosi uMzilikazi eziphathelene nokukhothama kwayo Enhla nasezansi ngiyawabingelela wonke aMantungwa ka Mbulazi.Ezibongweni zenkosi uMzilikazi ngasekugcineni kwazo kunezinhlamvu ezithi”Yadilika iNgome yengama iNgama,Ntaba zeNtumbane naMathopho niyadela,ngokuzibula ngethambo... qhubeka ufunde »
Umlando ngoCecil John Rhodes Nina beSilo nanso-ke leyo ndoda yoMngisi uCecil John Rhodes okwaqanjwa ngayo izindawo eziningi lapha eAfrika kuhlanganisa namazwe amabili iRhodesia osekuyiZimbabwe namuhla kanye neNorthen Rhodesia osekuyiZambia namuhla.Kukhona neNyuvesi iRhodes eKapa nayo eyaqanjwa ng... qhubeka ufunde »
Inkosi uMzilikazi ibulala amakhosi akwaNdebele Ngenkathi inkosi uMzilikazi ifika lapho sekuseGauteng khona namuhla isuka eKuphumuleni lapho sekuseErmelo khona namuhla yafika yakha umuzi waseNkungwini,eyawakha ngo1827. Lo muzi wawakhe lapho sekwakhiwa khona iNxanxathela yezitolo iWonderboom Juction e... qhubeka ufunde »
Umlando ngaMantungwa akwaCosa Abantu bakwaCosa sibathola bethe cithi saka esifundazweni saseMpumalanga Koloni.Laba bantu bangabeSenge likaMdletshe ka Langa .ULanga lona wabe engenye yamadodana ka Khumalo. Uzalo lukaMdletshe ka Langa lwaziwa ngokuthi luyiMidletye,nasiya isizwe laphayana eMdletyeni eT... qhubeka ufunde »
Umlando ngoGwayilana ka Sigabade Moyo(Mhlanga) Mantungwa amahle nina bakithi eNdinaneni,ake sibheke umlando weqhawe lakwaMhlanga uGwaliyana ka Sigabade Moyo(Mhlanga).Nina beSilo esibongweni sakwaMoyo kukhona ingxenyana yaso eyaziwa ngokuthi ingekaSigabade.Leyo ngxenye kahle -hle ingeyakwaMhlanga ngo... qhubeka ufunde »
Isiqephu sesibili sokuchazwa kwezibongo zenkosi uMzilikazi ka Mashobana Mantungwa amahle ake sibheke izibongo zenkosi uMzilikazi ka Mashobana ezithinta isigameko saseNtabazinduna lapho inkosi yabulala khona izinduna zayo okubalwa kuzo noNdunankulu uGundanekumitha Ndiweni.Isizathu sokubulawa kwalezi zinduna kwaba wukuthi zazibeke uMntanenkosi uNkulumana ka Mzilikazi inkosi yona isaphila.Lokho kwenzeka ngoba inkosi yayisadukile,ingaziwa ukuthi yayikuphi,noma yayisaphila na?Lezi zibongo zithi “UB... qhubeka ufunde » read more
UMntanenkosi uZimfamona ka Lobhengula Khumalo Nina beSilo esithombeni nguMntanenkosi uZimfamona Khumalo,indodakazi encane yenkosi uLobhengula.Le nkosazana yakithi kuthiwa yiyona eyabe iwuThumbu wenkosi uLobhengula ezinganeni zamantombazana.Kuhlawumbiselwa ukuthi yayizalwe ngeminyaka yama 1880s.Yethi... qhubeka ufunde »
Ukuphathisa okwezikhali zaMantungwa Nina beSilo nansi incazelo ngesisho esithi “Ukuphathisa okwezikhali zaMantungwa”.Ngokusbho kukaSolwazi uLZM Khumalo owasebenza kakhulu oNgoye uthi aMantungwa ayengamaNono,engamaQhathanzipho ayeqikelela ukuthi izikhali zawo zihlezi zihlanzekile,zi-clean.Uthi ... qhubeka ufunde »
AbakwaNgubeni Abantu bakwaNgubeni bayingxenye yabantu bakwaKhumalo.Ukhokho walaba bantu bakwaNgubeni nguYengwayo owabe engenye yamadodana ka Khumalo. Amanye amadodana ka Khumalo kwakungoMkhatshwa,uLanga,kanye nabanye.UYengwayo wazala uLuvuno owazala uNgubeni owazala abakwaNgubeni nabakwaNkomo bande ... qhubeka ufunde »