Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

IHubo lesizwe senkosi uMzilikazi ka Mashobana

Nina beSilo nali iHubo lesizwe senkosi uMzilikazi ka Mashobana.Uma kuthiwa ine’ziNsikwa ezimnyama ezahlatshwa ngezinti zoMkhonto kusuke kushiwo ubuqhawe benkosi uMzilikaz.IziNsikwa kushiwo amanxeba emiKhonto kanye naweziNhlendla.   Khumu!  

read more

IHubo lenkosi uBheje Khumalo

Mantungwa ka Mbulazi nina abeSinambathi esagxabha senyela eManyandane.Nali iHubo le nkosi uBheje yabakwaKhumalo.  

read more

IHubo lakwaKhumalo

Mantungwa amahle nali iHubo lakwaKhumalo,eleNdlu yenkosi uDonda yaseZizibeni.Inkosi uDonda yakhe umuzi wayo ngaseSikhwebezi.Lowo muzi wawubizwa ngokuthi kuseZizibeni.Ingakho abakwaKhumalo bethakazelwa ngokuthi bangaDonda weZiziba.Inkosi uDonda yayizalwa inkosi uGasa,uyise woZikode,uMashobaba,uMagugu ,uSiwela kanye nabanye.  

read more

IHubo lakwaKhumalo

Mantungwa amahle nali iHubo lakwaKhumalo,libizwa nguSolwazi uLZM Khumalo,owasebenza kakhulu eNyuvesi yasoNgoye.Waba neqhaza elikhulu ekuchithweni koPhoko(Incwadi kaBaba uReggie).  

read more

Izithakazelo zaMantungwa akwaNkosi

Nina beSilo nazi izithakazelo zaMantungwa akwaNkosi,abayingxenye yabakwaKhumalo.  

read more

Umlando ngoNdlunkulu uLoziba Thebe

Nina beSilo nanku umlando ngoNdlunkulu wenkosi uMzilikazi uLoziba Thebe.Abantu bakwaThebe bayingxenye yamaNdwandwe.  

read more

Umlando ngaMantungwa akwaPhenduka

Nina bakithi eMantungweni nanku umlando ngaMantungwa akwaPhenduka ,abawuzalo lukaMdetshe ka Langa  

read more

Umlando ngaMantungwa akwaMlilo

Nina beNkosi nanku umlando ngaMantungwa akwaMlilo,abayingxenye yabakwaMabaso.  

read more

Umlando ngoMhlambi kaLobhengula Khumalo

Nina beNkosi nanku umlando ngoMhlambi ka Lobhengula,owayengathandisiswa uyise.  

read more

Umlando ngoMahlahleni ka Mzilikazi Khumalo

Mantungwa amahle nanku umlando ngoMahlahleni indodana yenkosi uMzilikazi Khumalo,owasinda olakeni lwenkosi uLobhengula .  

read more

error: Content is protected !!