IHubo lakwaKhumalo

Mantungwa amahle nali iHubo lakwaKhumalo,eleNdlu yenkosi uDonda yaseZizibeni.Inkosi uDonda yakhe umuzi wayo ngaseSikhwebezi.Lowo muzi wawubizwa ngokuthi kuseZizibeni.Ingakho abakwaKhumalo bethakazelwa ngokuthi bangaDonda weZiziba.Inkosi uDonda yayizalwa inkosi uGasa,uyise woZikode,uMashobaba,uMagugu ,uSiwela kanye nabanye.

 

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo