Cishe kuzo zonke izibongo kuyaye kube khona isilwane esihlonishwayo kulowo mndeni nesithathwa ngokuthi singuKhokho waleso sibongo. Isibonelo nje kwaMazibuko kuhlonishwa inkalankala . Umuntu wakwaMazibuko akayibulali ngisho nangephutha inkalankala ,angisayithinti-ke eyokuyidla . Isibonelo sesibili ng... qhubeka ufunde »
Nalu uphawu lwedolobha lwakwaBulawayo nokwabe kungumuzi weSilo u-Lobhengula kaMzilikazi . Lolu phawu lwakhiwa amaNgisi ka Cecil John Rhodes ngemuva kokwehlula kwawo iSilo u-Lobhengula empini yaseGadade ngowe 1893. Kulolu phawu (logo) yonke into ekulona isho okuthile . Ake ngiqale ngendlovu -INdlovu ... qhubeka ufunde »
Idolobha lakwaBulawayo eZimbabwe kwangumuzi weSilo uLobhengula kaMzilikazi Khumalo . Umuzi wakwaBulawayo wakhiwa yiSilo uLobhengula kaMzilikazi ngemuva kokudla kwayo umhlanganiso empini yaseNgazini . Empeleni iSilo uLobhengula waMawaba sawuguqula igama . Ngaphambi kokuba ubizwe ngoBulawayo ... qhubeka ufunde »
UMntwana uNjube wayeyiNkosana yeSilo sakwaBulawayo iSilo uLobhengula kaMzilikazi kaMashobana kaZikode. Kwathi lapho amaNgisi esewudlile umhlanganiso empini yaseGadade ngowe 1893 abe esethatha aBantwana (Princes) beSilo uLobhengula abathumela eKapa ukuba bayohlala khona . Lokho amaNgisi ayekwenza nge... qhubeka ufunde »
IsiZulu sithi ‘ukhuni luzala umlotha’ nokuchaza ukuthi umuntu akazizali noma ngithi akuvamile ukuthi ingane ifuze abazali ngezenzo . Sibuye sithi ‘ukhamba lufuze imbiza’. Lapho-ke kusuke kukhulunywa ngengane efuze nse umzali wayo ngezenzo. UGampu wayezalwa iqhawe likaMthwakaz... qhubeka ufunde »
Nali idlinza le Ngonyama yakithi uMawela (uMzilikazi) ,lisesicongweni sentatshana iNtumbane endaweni yaseMathopho buqamama nedolobha lakwaBulawayo eZimbabwe. Idolobha lakwaBulawayo lona kwabe kungumuzi weSilo uLobhengula kaMzilikazi ,hhayi oweNgonyama uMawela . INgonyama uMawela kuhlawumbiselwa ukut... qhubeka ufunde »
Nanso-ke iSigwagwagwa uhlobo lwesibhamu olwenziwa amaNgisi ngowe 1888 ,lwasetshenziswa okokuqala ngqa empini yamaNgisi noMthwakazi ngowe 1893. ISigwagwagwa ngesiZulu saphesheya sibizwa ngokuthi yiMaxim Gun (37mm). UMthwakazi isizwe esakhiwa iqhawe lakwaKhumalo uMzilikazi kaMashobana kaZikode ... qhubeka ufunde »
Nango-ke uMntwana (Prince) uNyamande kaLobhengula kaMzilikazi Khumalo . Le nsizwa ikhumbuleka kahle kakhulu ngempi yeHloka lapho yadidiyela khona impi yaBathwakazi eyayilwa namaNgisi kaLozi . Le mpi yaholwa ngowesifazane uLozikheyi Dlodlo owabe eyiNkosikazi endala yeSilo uLobhengula ka... qhubeka ufunde »