Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

Umlando ngoMntanenkosi uMahlahleni ka Mzilikazi Khumalo

Umlando ngoMntanenkosi uMahlahleni ka Mzilikazi Khumalo  UMntanenkosi uMahlahleni wayeyindodana yenkosi uMzilikazi,ezalwa esigodlweni saseMgugudwini,unina kunguMaZondo udadewabo wenyanga yenkosi uMzilikazi uGulukudwana Zondo.Isigodlo saseMgugudwini sasakhe eduze nalapho sekwakhiwe khona idolobha la... qhubeka ufunde »

Izithakazelo zakwaNkosi-Ndlangamandla

Nina beSilo nazi izithakazelo zakwaNkosi-Ndlangamandla.Zimbili izibongo zakwaNkosi.Kukhona oNkosi -Ndlangamandla abazalwa kwaKhumalo.Bese kuba khona oNkosi baseSwazini abasekanye nabakwaDlamini(aMalangeni)  

Umlando ngoNdlunkulu uLoziba kaPhahlane Thebe

Umlando ngoNdlunkulu uLoziba kaPhahlane Thebe Ngiyakhuleka eMantungweni nina bakaSibopha sishomo singumquba kubo kwaSokhumalo.UMzilikazi ka Mashobana owazihlaba zema ngomgobo kwaGqokli.INjumbane eyadla uselwa lweNxwala yabhansela ngabasondezeli kwaNtabazinduna.ISidolofiya simnandi sehla esiphundu uz... qhubeka ufunde »

Umlando ngoMlotsha ka Siwela wakwaKhumalo

Umlando ngoMlotsha ka Siwela wakwaKhumalo Nina abeMbube eshoba liyisilikithi esithombeni umfowethu u Lucky Nkosi onguMsakazi.Isibongo sakwaNkosi sihlukene kabili,kukhona abakwaNkosi okusengabantu bakwaDlamini abanoBukhosi obukhulu eSwazini bese kuba khona abakwaNkosi abathakazela ngoMphazima okungab... qhubeka ufunde »

Umlando ngesigodlo saseMbhuleni

Umlando ngesigodlo saseMbhuleni  Nina abakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu.Ngethemba basaphila abeSilo.Esithombeni iSigodlo saseMbhuleni esiseManzana eMpumalanga.Indawo yaseManzana ngaphambilini yayikade ibizwa ngokuthi kuse Badplaas.EMbhuleni kwabe kungesinye sez... qhubeka ufunde »

Umlando ngoSomhlolo ka Mahlikivana Mathema

Umlando ngoSomhlolo ka Mahlikivana Mathema Abantu bakwaMathema abatholakala ezweni laseZimbabwe basengabantu bakwaMkhwanazi.Iqhawe esilibona ligqama kakhulu kulengxenyana yesizwe saBaKhwanazi uSomhlolo ka Mahlikivana kaNomi . Kuthiwa laba bantu bakwaMathema isibongo sakwaMathema basithola ngesigamek... qhubeka ufunde »

Umlando ngeLokishi iMagwegwe kwaBulawayo

ILokishi iMagwegwe kwaBulawayo Nina beSilo kwaBulawayo eZimbabwe kuneLokishi elibizwa ngokuthi yi-Magwegwe Township.Leli Lokishi laqanjwa ngoMagwegwe wakwaFuyane.UMagwegwe wabe enguNdunankulu kaMthwakazi ngesikhathi senkosi uLobhengula.UNdunankulu ngesikhathi senkosi uMzilikazi kwakunguGundanekumith... qhubeka ufunde »

Izibongo eziphuma kuMntungwa ka Mbulazi

Izibongo eziphuma kuMntungwa ka Mbulazi Nina beSilo ake sibheke izibongo eziphuma kuMntungwa ka Mbulazi.Amadodana kaMntungwa ka Mbulazi agqama kakhulu emlandweni uMabaso kanye noKhumalo.UMabaso ka Mntungwa uzala abakwaMabaso,bese uKhumalo ka Mntungwa yena azale abakwaKhumalo.Enye indodana kaMbulazi ... qhubeka ufunde »

Umlando ngo Andries Hendrik Potgieter

Umlando ngo Andries Hendrik Potgieter Nina beSilo lona osesithombeni ngu Andries Hendrik Potgieter ibhunu elamisa kabi kakhulu uMawela wakithi eNdinaneni.AbaThwakazi babelibiza ngokuthi linguPoti.Kusuke kushiwo lona ezibongweni zikaMawela uma kuthiwa “wamudla uPoti kuMaQadase”.AmaQadase kushiwo ... qhubeka ufunde »

UNoju wakwaKhumalo

UNoju wakwaKhumalo Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela!UDunjwa yedwa limkhandanisile!ISilo uShaka,iSilo sakithi kwaBulawayo.Ake sibheke iqhaza lensizwa yakwaSokhumalo,uNoju owabe eyiNhloli yamakhosi amaNguni.UNoju kuthiwa wayakhe kwaNongoa.Ngokwencwadi ka Baba uM... qhubeka ufunde »

error: Content is protected !!