Umlando ngoNdlunkulu uNyamazana Xaba UNyamazana Xaba ‎wayengumuntu wesifazana owayenesibindi esiyisimanga. Igama lakhe ayelethiwe uyise nonina kwakunguHlobiso Xaba. Kuthiwa lentokazi yaseMahlutshini yayiyinhle futhi yakhake kahle. Kuyileso sizathu uyise wayiqamba igama uHlobiso ngoba ethi uzohlobi... qhubeka ufunde »
Umlando ngesizwe saBathwakazi Isizwe saBathwakazi isizwe esitholakala eNingizimu yezwe laseZimbabwe. Lesi sizwe sabunjwa iqhawe lakwaKhumalo uMzilikazi indodana kaMashobana kaZikode kaMkhatshwa kaKhumalo. Isizwe saBathwakazi sixube izizwe ezinhlobonhlobo nesingabala kuzo abaTswana , abaVenda, abeSwa... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMntwana (Prince) uNkulumana kaMzilikazi UMntwana uNkulumana Khumalo (iHlokohloko) wayeyinkosana yeSilo sikaMthwakazi iSilo uMzilikazi kaMashobana Khumalo uMthwakazi yisizwe esahlanganiswa iSilo uMzilikazi ngesikhathi sezimpi zoMfecane . Lesi sizwe sisekhona nanamuhla ,sitholakala en... qhubeka ufunde »
Umlando ngeNkosi uBheje Khumalo . Uma uzwa umuntu othukuthele efunga ethi “uBheje eseNgome” yazi ukuthi lowo muntu ungowakwaKhumalo isibongo . Leyo nkulumo abantu bakwaKhumalo babuye bayisebenzise njengesithakazelo . UBheje abantu bakwaKhumalo abafunga ngaye wayeyinkosi yabak... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMbiko kaMadlenya Masuku UMbiko kaMadlenya wakwaMasuku wabe eyiqhawe leSilo sikaMthwakazi iSilo uMzilikazi kaMashobana Khumalo . ISilo uMzilikazi sasisuke kwaZulu zabheka enyakatho ngowe 1821 ngemuva kwengxabano neaLembe . Ngaleso sikhathi sasingakabi iSilo ,sasiseyingenye yezinduna zeSilo... qhubeka ufunde »
Umlando ngeNdlovukazi yaseNkanini uSisile Khumalo : USisile kaLaMgangeni Khumalo wayeyiNkosikazi endala yeSilo uMswazi wesibili . Umuzi wakhe wawubizwa ngokuthi kuseNkanini. Uyise uMgangeni wayengomunye webazukulu bakaKuhlase Khumalo . UKuhlase Khumalo unguKhokho wabakwaGuliwe ,Mashinini,Magadlela, ... qhubeka ufunde »
Umlando ngoLotshe noMbambelele Mtshali Lezi izinsizwa zaseMantshalini ezazakhela amagama ngesikhathi sikaZwekufa(De Mfecane Wars) . OLotshe noMbambelele kwakungamadodana kaHlabangane kaKhondlo Mtshali ,sengathi nguLotshe owayemdala . Lezinsizwa zazigqishe noMzilikazi kaMashobana ngesikha... qhubeka ufunde »
Umlando ngoGundanekumitha kaNdlovu: UGundanekumitha kaNdlovu wayengelinye lamaqhawe eSilo uMzilikazi ,wayengowaseMangweni. Le nsizwa yaseMangweni yaba ngomunye wabantu abathunjwa ngenkathi impi yeSilo uMzilikazi ihlasela uNyokana kaMpeyana Zwane . Ukhokho wale nsizwa kwakunguNdiweni nokunguyena okwa... qhubeka ufunde »
Imizi yamakhosi akwaKhumalo: Imizi yenkosi uMashobana kwakuseNsingweni, eNyandeni kanye naseNdinaneni Yonke le mizi yayakhelwe eMkhuze. Omakhalelwane benkosi uMashobana kwakungabakwaNxumalo ababakhe ngasentatshaneni iTshaneni. ENdinaneni kwakukwabo Mzilikazi . Inkosi uMashobana yayizele kakhulu amad... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaMlilo: Abantu bakwaMlilo bangabozalo lukaMabaso indodana kaMntungwa kaMbulazi . Enye indodana kaMntungwa kwakunguKhumalo . UMabaso wazala abakwaMabaso ,kwathi uKhumalo wazala abakwaKhumalo . Ngakho-ke abakwaMlilo singakusho singananazi sithi nabo bangaMantungwa njengabo ab... qhubeka ufunde »