Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

Umlando ngeNdlovukazi yaseNkanini uSisile Khumalo

Umlando ngeNdlovukazi yaseNkanini uSisile Khumalo    USisile wayeyindodakazi kaMgangeni Khumalo, wagana iNgwenyama uMswazi wesibili kaSobhuza.Babebabili oMaKhumalo abagana iNgwenyama uMswazi wesibili, omunye kwakunguLaMagadlela iNdlovukazi uNandi kaMagadlela Khumalo.Uyise kaNdlunkului uNandi (uNan... qhubeka ufunde »

Umlando ngoLotshe noMbambelele Mtshali

Umlando ngoLotshe noMbambelele  Mtshali  Lezi izinsizwa zaseMantshalini ezazakhela amagama ngesikhathi sikaZwekufa(De Mfecane Wars) . OLotshe noMbambelele kwakungamadodana kaHlabangane kaKhondlo Mtshali ,sengathi nguLotshe owayemdala . Lezinsizwa zazigqishe noMzilikazi kaMashobana ngesikha... qhubeka ufunde »

Umlando ngoGundanekumitha kaNdlovu waseMangweni

Umlando ngoGundanekumitha kaNdlovu: UGundanekumitha kaNdlovu wayengelinye lamaqhawe eSilo uMzilikazi ,wayengowaseMangweni. Le nsizwa yaseMangweni yaba ngomunye wabantu abathunjwa ngenkathi impi yeSilo uMzilikazi ihlasela uNyokana kaMpeyana Zwane . Ukhokho wale nsizwa kwakunguNdiweni nokunguyena okwa... qhubeka ufunde »

Imizi yamakhosi akwaKhumalo

Imizi yamakhosi akwaKhumalo: Imizi yenkosi uMashobana kwakuseNsingweni, eNyandeni kanye naseNdinaneni Yonke le mizi yayakhelwe eMkhuze. Omakhalelwane benkosi uMashobana kwakungabakwaNxumalo ababakhe ngasentatshaneni iTshaneni. ENdinaneni kwakukwabo Mzilikazi . Inkosi uMashobana yayizele kakhulu amad... qhubeka ufunde »

Izithakazelo nomlando wakwaMlilo

Izithakazelo nomlando wakwaMlilo: Abantu bakwaMlilo bangabozalo lukaMabaso indodana kaMntungwa kaMbulazi . Enye indodana kaMntungwa kwakunguKhumalo . UMabaso wazala abakwaMabaso ,kwathi uKhumalo wazala abakwaKhumalo . Ngakho-ke abakwaMlilo singakusho singananazi sithi nabo bangaMantungwa njengabo ab... qhubeka ufunde »

Izithakazelo nomlando wakwaChauke

Izithakazelo nomlando ngesibongo sakwaChauke Abantu bakwaChauke bayisizwe esikhulu esitholakala kakhulu eMozambikwe nokuyilapho ubukhosi baso busazinze khona . Laba bantu bakwaChauke babuye batholakale eNingizimu Afrika koGiyane,Tzaneen ,Thulamahashe koThoyando nakwezinye izindawo . Lesi sibuye sith... qhubeka ufunde »

Umlando ngeSilo uLobhengula kaMzilikazi

Umlando ngeSilo uLobhengula kaMzilikazi: ISilo uLobhengula kwakuyindoda yeSilo yeSilo uMzilikazi futhi yisona esalandela uyise esihlalweni sobukhosi ngemuva kokukhothama kwakhe. ISilo uLobhengula sasibuye sibizwe ngoMakhobolondo nokuligama laso lobuqhawe.ISilo uLobhengula sazalwa ngowe 1835 endaweni... qhubeka ufunde »

Ukuzalwa nokukhula kweNkosi u-Shembe (uMqalisi nombumbi wamaNazaretha nobuNazaretha

Lawamazwi alotshwe kuleli khasi akhulunywa ngu-Mqali waloluhambo lobuNazaretha isikhonzi senhlupheko obizwa ngokuthi ngu’ Isaiah Mloyiswa Mdliwamafa Shembe’ . Ezalwa ngu-Mayekisa kaNhliziyo kaMzazela kaSokhubuzela kaNyathikazi.AbakwaShembe bangabaNtungwa bakwaDonsa Wawakhuluma lawamazwi ... qhubeka ufunde »

Izithakazelo nomlando wesibongo sakwaNyandeni

Abantu bakwaNyandeni babekade bengabaNtungwa bakaMbulazi ngokobuzwe ,bengabakwaKhumalo . UNyandeni okwaqanjwa ngaye isibongo wabe engenye yamadodana kaMashobana ,engumnewabo Mzilikazi ,Nzeni , Ntshembeni nabanye. Isibongo sakwaNyandeni sakheka ngemuva kokuba kuxoshwe u-Nyandeni kwaKhumalo ngesizathu... qhubeka ufunde »

Izithakazelo nomlando wakwaKhumalo

Abantu bakwaKhumalo bangaMantungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni , babuye babe ngaMantungwa kaMbulazzi ngokobuzwe . Lesi sibongo sakwaKhumalo siyindlu encane yaMantungwa kaMbulazi , indlunkulu eyakwaMabaso . U-Mntungwa indodana kaMbulazi wabe enamadodana amabili ,u-Mabaso kanye nomnawakhe u-Khumalo .... qhubeka ufunde »

error: Content is protected !!