Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

Kithi eNkungwini

Kithi eNkungwini. Ngonyaka ka 1827 inkosi yakithi uMzilikazi ka Mashobana yakha umuzi wayo waseNkungwini endaweni eyaziwa manje ngokuthi kuseWonderboom buqamama neRosslyn eduze nje nomfula iMpebane.Emanxiweni akithi sekwakhiwa iMall iWonderboom Juction.Indawo yaseWonderboom yaqanjwa ngezintaba ezise... qhubeka ufunde »

Umlando ngomuzi waseKuphumuleni

Umlando ngomuzi waseKuphumuleni   Umuzi waseKuphumuleni wabe ungumuzi weSilo sikaMthwakazi esawakha ngonyaka ka 1825 , amanxiwa alo muzi asendaweni yase-Ermelo lapho sekwakhiwa khona i-Lokishi i-Phumula elaqanjwa ngawo umuzi waseKuphumuleni . Buqamama nje namanxiwa omuzi waseKuphumuleni kukhona... qhubeka ufunde »

Umlando ngomuzi waseNdinaneni

Umlando ngomuzi waseNdinaneni. Umuzi waseNdinaneni wakhiwa iNkosi u-Mashobana ka Zikode yabakwaKhumalo iwakhela ngaphezu koMfula uMkhuze . Ngaphambilini abakwaKhumalo babekade benkanise ngasezintabeni zaseBabanango eNquthu kuhambe njalo kuyofika eNondweni. INkosi eyabe ibabusa ngaleso sikhathi kwaku... qhubeka ufunde »

Umlando ngomuzi waseGabeni

Umlando ngomuzi waseGabeni Umuzi waseGabeni wabe ungumuzi weNkosi u-Mzilikazi eyawakha ngeminyaka yama 1830s iwakhela lapho sekuseMosega khona namuhla(North West, Zeerust). INduna eNkulu yaseGabeni kwakungu-Magqekeni(Maqhekeni) ka Magogo Sithole . UYise kaMagqekeni wasala empini yaseNtumbane, wayeng... qhubeka ufunde »

Imizi yamakhosi akwaKhumalo

Imizi yamakhosi akwaKhumalo: Imizi yenkosi uMashobana kwakuseNsingweni, eNyandeni kanye naseNdinaneni Yonke le mizi yayakhelwe eMkhuze. Omakhalelwane benkosi uMashobana kwakungabakwaNxumalo ababakhe ngasentatshaneni iTshaneni. ENdinaneni kwakukwabo Mzilikazi . Inkosi uMashobana yayizele kakhulu amad... qhubeka ufunde »

Umlando ngomuzi waseKuphakameni

Umlando ngomuzi waseKuphakameni  Lo muzi waseKuphakameni uyisisekelo sobuNazaretha wawakha uShembe emva kokuhlupheka okukhulu elala endle engenayo indawo lapho owayengaphumula khona nokubeka umthwalo phansi . UJehova wamnika wona ngaphambi kokuya kwakhe eNtabeni yaseNhlangakazi . Yabe ingakaziwa no... qhubeka ufunde »

error: Content is protected !!