Ukuchazwa kwezibongo zenkosi uMzilikazi ka Mashobana isiqephu sokuqala Mantungwa amahle ake sibheke izincazelo zezibongo zenkosi uMzilikazi ka Mashobana. 1.INkanyamba emakhandakhanda,iNkanyamba emahlule yalokaLanga -Lezi zibongo zichaza ukuthi yabe iyingozi kakhulu inkosi uMzilikazi.INkanyama wuhlobo lwenkonyaka oluhlala oLwandle,eSizibeni noma eDamini.Kuthiwa uma luke lwaphuma emanzini kuye kuqubuke iziphepho ezibizwa ngokuthi ‘amaHuriccanes.Lezo ziphepho zivamiswe ukubizwa ngamagama abant... qhubeka ufunde » read more
INdlovukati uTsandzile Ndwandwe Nina bakaSifuba sinengceke sinamanzi ake sixoxe ngeNdlovukati uTsandzile Ndwandwe,kancane nje.INdlovukati uTsandzile Ndwandwe yayizalwa inkosi uZwide ka Langa Ndwandwe,yagana iNgwenyama uSobhuza wokuqala yazala iNgwenyama uMswati wesibili.INdlovukati uTsandzile yayidume kakhulu ngelikaLaZidze ngoba uyise kwakuyinkosi uZwide.Yayilamana emhlane noNompethu indodakazi yenkosi uZwide eyagana inkosi uMashobana yazala uMzilikazi.Okusho ukuthi iNgwenyama uMswati wesibili ... qhubeka ufunde » read more
Tinanatelo takaNgubeni Ngubeni, Mntungwa, Luvuno, Nkomo, Mazotfo Mntungwa loluhlata lonjengencoshane, Mntungwa, Nibahle ngekutfwala uMshingitane ehleti eNgcobosheni, Mntungwa, Nibabi ngephakela umkhwenyana eluDzengelweni, Nine banikhetsa lokukhulu, Phindzela, Nkomo kaYengwako Awuqedwa Ngubeni,aw... qhubeka ufunde »
Tinanatelo takaKhumalo Khumalo, Mntungwa, Wena waseMandla, Mbulazi, Kuhlase, Wenawadla umuntfu wamyenga ngendzaba, Nibahle Mantungwa ngoba nanikela umuntfu eluDzengelweni , Nine nadlela eNcebeleshaneni, Wena waseBuhleni, Wena waSiwela, Mgcoyiza Labanye batsi : Khumalo, Zikodze, Sonani, Wena waSiwe... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMntanenkosi uMhlambi ka Lobhengula Khumalo Enhla nasezansi ngiyawabingelela wonke aMantungwa ka Mbulazi.UMntanenkosi uMhlambi wayezalwa inkosi uLobhengu kuNdlunkulu uMfaziwamajaha Mkhwanazi.UNdlunkulu uMfaziwamajaha wagana inkosi uLobhengula njengeNhlanzi kaNdlunkulu uMbhida(udadewabo).... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMntanenkosi uMahlahleni ka Mzilikazi Khumalo UMntanenkosi uMahlahleni wayeyindodana yenkosi uMzilikazi,ezalwa esigodlweni saseMgugudwini,unina kunguMaZondo udadewabo wenyanga yenkosi uMzilikazi uGulukudwana Zondo.Isigodlo saseMgugudwini sasakhe eduze nalapho sekwakhiwe khona idolobha la... qhubeka ufunde »
Nina beSilo nazi izithakazelo zakwaNkosi-Ndlangamandla.Zimbili izibongo zakwaNkosi.Kukhona oNkosi -Ndlangamandla abazalwa kwaKhumalo.Bese kuba khona oNkosi baseSwazini abasekanye nabakwaDlamini(aMalangeni)
Umlando ngoNdlunkulu uLoziba kaPhahlane Thebe Ngiyakhuleka eMantungweni nina bakaSibopha sishomo singumquba kubo kwaSokhumalo.UMzilikazi ka Mashobana owazihlaba zema ngomgobo kwaGqokli.INjumbane eyadla uselwa lweNxwala yabhansela ngabasondezeli kwaNtabazinduna.ISidolofiya simnandi sehla esiphundu uz... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMlotsha ka Siwela wakwaKhumalo Nina abeMbube eshoba liyisilikithi esithombeni umfowethu u Lucky Nkosi onguMsakazi.Isibongo sakwaNkosi sihlukene kabili,kukhona abakwaNkosi okusengabantu bakwaDlamini abanoBukhosi obukhulu eSwazini bese kuba khona abakwaNkosi abathakazela ngoMphazima okungab... qhubeka ufunde »
Umlando ngesigodlo saseMbhuleni Nina abakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu.Ngethemba basaphila abeSilo.Esithombeni iSigodlo saseMbhuleni esiseManzana eMpumalanga.Indawo yaseManzana ngaphambilini yayikade ibizwa ngokuthi kuse Badplaas.EMbhuleni kwabe kungesinye sez... qhubeka ufunde »