Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

 

Umlando ngeNdlovukazi yaseNkanini uSisile Khumalo

Umlando ngeNdlovukazi yaseNkanini uSisile Khumalo    USisile wayeyindodakazi kaMgangeni Khumalo, wagana iNgwenyama uMswazi wesibili kaSobhuza.Babebabili oMaKhumalo abagana iNgwenyama uMswazi wesibili, omunye kwakunguLaMagadlela iNdlovukazi uNandi kaMagadlela Khumalo.Uyise kaNdlunkului uNandi (uNandzi) wayakhe eduze negquma iDlomodlomo kwaManzana lapho sekuseMpumalanga khona. UMagadlela wazala abakwaMagadlela.Enye indlu yakwaKhumalo etholakala eSwazini ekaMthayiza kaMyakayaka Khumalo.Le ndlu inobukhosi endaweni yaseMalelane ngaphansi kwenkosi uMthayiza wesibili.INdlovukazi uSisile yazala uLud... qhubeka ufunde »

error: Content is protected !!