Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

 

Umlando ngo Andries Hendrik Potgieter

Umlando ngo Andries Hendrik Potgieter Nina beSilo lona osesithombeni ngu Andries Hendrik Potgieter ibhunu elamisa kabi kakhulu uMawela wakithi eNdinaneni.AbaThwakazi babelibiza ngokuthi linguPoti.Kusuke kushiwo lona ezibongweni zikaMawela uma kuthiwa “wamudla uPoti kuMaQadase”.AmaQadase kushiwo amaBhunu.KungaMampunge ukuthi uMawela wafulathela izwe laseNtilasifali ngenxa yenkosi yabantu abansundu.Ngenkathi uMawela(inkosi uMzilikazi) esuka kwaZulu wakanisa ngaseNtilisafali.Izwe lakhe lalisuka eMosega lihambe njalo lize lifika lapho sekuyisifundazwe saseGauteng khona,livinjwe umfula iGwaa(Va... qhubeka ufunde »

UNoju wakwaKhumalo

UNoju wakwaKhumalo Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela!UDunjwa yedwa limkhandanisile!ISilo uShaka,iSilo sakithi kwaBulawayo.Ake sibheke iqhaza lensizwa yakwaSokhumalo,uNoju owabe eyiNhloli yamakhosi amaNguni.UNoju kuthiwa wayakhe kwaNongoa.Ngokwencwadi ka Baba uM... qhubeka ufunde »

Umlando ngeButho leMpande

Ibutho leMpande MaNtungwa amahle nina abeSinambathi esagxabha senyela eManyandane!USibopha sishomo singumquba kubo kwaSokhumalo.Nina beSilo ake ngikhe phezulu umlando webutho le Mpande.Ibutho leMpande labuthwa yinkosi uMzilikazi.Umuzi elalihlala kuwo wawubizwa ngokuthi kuseMpandeni.Inkosi uMzilikazi... qhubeka ufunde »

Umlando ngoHlangabeza ka Mzilikazi

  UHlangabeza ka Mzilikazi MaNtungwa amahle nina abakaMzilikazi ka Mashobana owazihlaba zema ngomgobo kwaGqokli!USinhlanhlatha ekhafula lo  onjengeMbabalala.Nina beSilo ake sibheke umlando ngendodana yenkosi uMzilikazi uHlangabeza.UHlangabeza wayezalwa uNdlunkulu uLomawaka Nxumalo owayebuye ab... qhubeka ufunde »

error: Content is protected !!