Umlando ngesibongo sakwaZondo Nina abaDlungwane ka Ndaba odlunge emanxulumeni kwaze kwasa amanxuluma esibekelana! Ake sibheke umlando wabantu bakwaZondo abangabaseBaThiyaneni.Sasishilo ngaphambilini ngenkathi sichaza ngomlando wabakwaSokhulu nabakwaMthiyane sathi uMthiyane okwaqanjwa ngaye isibongo ... qhubeka ufunde »
Mantungwa ka Mbulazi nina abeSinambathi esagxabha senyela eManyandane.Nali iHubo le nkosi uBheje yabakwaKhumalo.
read moreMantungwa amahle nali iHubo lakwaKhumalo,eleNdlu yenkosi uDonda yaseZizibeni.Inkosi uDonda yakhe umuzi wayo ngaseSikhwebezi.Lowo muzi wawubizwa ngokuthi kuseZizibeni.Ingakho abakwaKhumalo bethakazelwa ngokuthi bangaDonda weZiziba.Inkosi uDonda yayizalwa inkosi uGasa,uyise woZikode,uMashobaba,uMagugu ,uSiwela kanye nabanye.
read moreMantungwa amahle nali iHubo lakwaKhumalo,libizwa nguSolwazi uLZM Khumalo,owasebenza kakhulu eNyuvesi yasoNgoye.Waba neqhaza elikhulu ekuchithweni koPhoko(Incwadi kaBaba uReggie).
read moreNina beSilo nazi izithakazelo zaMantungwa akwaNkosi,abayingxenye yabakwaKhumalo.
read moreNina beSilo nanku umlando ngoNdlunkulu wenkosi uMzilikazi uLoziba Thebe.Abantu bakwaThebe bayingxenye yamaNdwandwe.
read moreNina bakithi eMantungweni nanku umlando ngaMantungwa akwaPhenduka ,abawuzalo lukaMdetshe ka Langa
read moreNina beNkosi nanku umlando ngaMantungwa akwaMlilo,abayingxenye yabakwaMabaso.
read moreNina beNkosi nanku umlando ngoMhlambi ka Lobhengula,owayengathandisiswa uyise.
read more