Umlando ngoLotshe noMbambelele Mtshali Lezi izinsizwa zaseMantshalini ezazakhela amagama ngesikhathi sikaZwekufa(De Mfecane Wars) . OLotshe noMbambelele kwakungamadodana kaHlabangane kaKhondlo Mtshali ,sengathi nguLotshe owayemdala . Lezinsizwa zazigqishe noMzilikazi kaMashobana ngesikha... qhubeka ufunde »
Umlando ngoGundanekumitha kaNdlovu: UGundanekumitha kaNdlovu wayengelinye lamaqhawe eSilo uMzilikazi ,wayengowaseMangweni. Le nsizwa yaseMangweni yaba ngomunye wabantu abathunjwa ngenkathi impi yeSilo uMzilikazi ihlasela uNyokana kaMpeyana Zwane . Ukhokho wale nsizwa kwakunguNdiweni nokunguyena okwa... qhubeka ufunde »
Imizi yamakhosi akwaKhumalo: Imizi yenkosi uMashobana kwakuseNsingweni, eNyandeni kanye naseNdinaneni Yonke le mizi yayakhelwe eMkhuze. Omakhalelwane benkosi uMashobana kwakungabakwaNxumalo ababakhe ngasentatshaneni iTshaneni. ENdinaneni kwakukwabo Mzilikazi . Inkosi uMashobana yayizele kakhulu amad... qhubeka ufunde »
Umlando ngomuzi waseKuphakameni Lo muzi waseKuphakameni uyisisekelo sobuNazaretha wawakha uShembe emva kokuhlupheka okukhulu elala endle engenayo indawo lapho owayengaphumula khona nokubeka umthwalo phansi . UJehova wamnika wona ngaphambi kokuya kwakhe eNtabeni yaseNhlangakazi . Yabe ingakaziwa no... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaMlilo: Abantu bakwaMlilo bangabozalo lukaMabaso indodana kaMntungwa kaMbulazi . Enye indodana kaMntungwa kwakunguKhumalo . UMabaso wazala abakwaMabaso ,kwathi uKhumalo wazala abakwaKhumalo . Ngakho-ke abakwaMlilo singakusho singananazi sithi nabo bangaMantungwa njengabo ab... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando ngesibongo sakwaChauke Abantu bakwaChauke bayisizwe esikhulu esitholakala kakhulu eMozambikwe nokuyilapho ubukhosi baso busazinze khona . Laba bantu bakwaChauke babuye batholakale eNingizimu Afrika koGiyane,Tzaneen ,Thulamahashe koThoyando nakwezinye izindawo . Lesi sibuye sith... qhubeka ufunde »
Umlando ngeSilo uLobhengula kaMzilikazi: ISilo uLobhengula kwakuyindoda yeSilo yeSilo uMzilikazi futhi yisona esalandela uyise esihlalweni sobukhosi ngemuva kokukhothama kwakhe. ISilo uLobhengula sasibuye sibizwe ngoMakhobolondo nokuligama laso lobuqhawe.ISilo uLobhengula sazalwa ngowe 1835 endaweni... qhubeka ufunde »
Lawamazwi alotshwe kuleli khasi akhulunywa ngu-Mqali waloluhambo lobuNazaretha isikhonzi senhlupheko obizwa ngokuthi ngu’ Isaiah Mloyiswa Mdliwamafa Shembe’ . Ezalwa ngu-Mayekisa kaNhliziyo kaMzazela kaSokhubuzela kaNyathikazi.AbakwaShembe bangabaNtungwa bakwaDonsa Wawakhuluma lawamazwi ... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaNyandeni babekade bengabaNtungwa bakaMbulazi ngokobuzwe ,bengabakwaKhumalo . UNyandeni okwaqanjwa ngaye isibongo wabe engenye yamadodana kaMashobana ,engumnewabo Mzilikazi ,Nzeni , Ntshembeni nabanye. Isibongo sakwaNyandeni sakheka ngemuva kokuba kuxoshwe u-Nyandeni kwaKhumalo ngesizathu... qhubeka ufunde »