Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

 

Izithakazelo nomlando wakwaMlilo

Izithakazelo nomlando wakwaMlilo: Abantu bakwaMlilo bangabozalo lukaMabaso indodana kaMntungwa kaMbulazi . Enye indodana kaMntungwa kwakunguKhumalo . UMabaso wazala abakwaMabaso ,kwathi uKhumalo wazala abakwaKhumalo . Ngakho-ke abakwaMlilo singakusho singananazi sithi nabo bangaMantungwa njengabo abakwaMabaso nabakwaKhumalo . Laba bantu bakwaMlilo baphuma kuXinyori owabe engenye yamadodana kaMabaso . UXinyori wasuka lapho osekukwaZulu khona waphikelela lapho sekuyiMozambikwe khona namuhla. Wafika eMozambikwe wankanisa ngaphezu komfula uSave . Wafika kuleyo ndawo wazakhela ugazi kubantu bendawo... qhubeka ufunde »

Izithakazelo nomlando wakwaChauke

Izithakazelo nomlando ngesibongo sakwaChauke Abantu bakwaChauke bayisizwe esikhulu esitholakala kakhulu eMozambikwe nokuyilapho ubukhosi baso busazinze khona . Laba bantu bakwaChauke babuye batholakale eNingizimu Afrika koGiyane,Tzaneen ,Thulamahashe koThoyando nakwezinye izindawo . Lesi sibuye sith... qhubeka ufunde »

Umlando ngeSilo uLobhengula kaMzilikazi

Umlando ngeSilo uLobhengula kaMzilikazi: ISilo uLobhengula kwakuyindoda yeSilo yeSilo uMzilikazi futhi yisona esalandela uyise esihlalweni sobukhosi ngemuva kokukhothama kwakhe. ISilo uLobhengula sasibuye sibizwe ngoMakhobolondo nokuligama laso lobuqhawe.ISilo uLobhengula sazalwa ngowe 1835 endaweni... qhubeka ufunde »

Ukuzalwa nokukhula kweNkosi u-Shembe (uMqalisi nombumbi wamaNazaretha nobuNazaretha

Lawamazwi alotshwe kuleli khasi akhulunywa ngu-Mqali waloluhambo lobuNazaretha isikhonzi senhlupheko obizwa ngokuthi ngu’ Isaiah Mloyiswa Mdliwamafa Shembe’ . Ezalwa ngu-Mayekisa kaNhliziyo kaMzazela kaSokhubuzela kaNyathikazi.AbakwaShembe bangabaNtungwa bakwaDonsa Wawakhuluma lawamazwi ... qhubeka ufunde »

Izithakazelo nomlando wesibongo sakwaNyandeni

Abantu bakwaNyandeni babekade bengabaNtungwa bakaMbulazi ngokobuzwe ,bengabakwaKhumalo . UNyandeni okwaqanjwa ngaye isibongo wabe engenye yamadodana kaMashobana ,engumnewabo Mzilikazi ,Nzeni , Ntshembeni nabanye. Isibongo sakwaNyandeni sakheka ngemuva kokuba kuxoshwe u-Nyandeni kwaKhumalo ngesizathu... qhubeka ufunde »

Izithakazelo nomlando wakwaNdlangamandla(Nkosi)

Abantu bakwaNkosi (Ndlangamandla) bangabaNtungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni . Babuye babe ngabaNtungwa ngokobuzwe ngoba bephuma kubantu bakwaKhumalonabo abangabaNtungwa ngokobuzwe . Zimbili izibongo zakwaNkosi , kukhona isibongo sakwaNkosi Ndlangamandla bese kuba khona esakwaNkosi Dlamini . Laba b... qhubeka ufunde »

Izithakazelo nomlando wakwaKhumalo

Abantu bakwaKhumalo bangaMantungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni , babuye babe ngaMantungwa kaMbulazzi ngokobuzwe . Lesi sibongo sakwaKhumalo siyindlu encane yaMantungwa kaMbulazi , indlunkulu eyakwaMabaso . U-Mntungwa indodana kaMbulazi wabe enamadodana amabili ,u-Mabaso kanye nomnawakhe u-Khumalo .... qhubeka ufunde »

Izithakazelo nomlando wakwaMabaso

Izithakazelo nomlando wakwaMabaso Abantu bakwaMabaso  bakwaMabaso bangabeNtungwa Nguni ngokwezigaba zabeNguni , babuye babe ngabeNtungwa ngokobuzwe ngesizathu sokuthi ukhokho wabo enguMntungwa kaMbulazi .U-Mntungwa wayenamadodana amabili , u-Mabaso owabe eyindlalifa kanye nomnawakhe u-Khumalo o... qhubeka ufunde »

Izithakazelo nomlando wakwaShembe

Abantu bakwaShembe baphuma kusibongo sakwaKhumalo , ngakho-ke nabo bangabeNtungwa Nguni ngokwezigaba zabeNguni njengabo abakwaKhumalo . Umuntu esiqala ukuzwa ngaye kulesi sibongo sakwaShembe nguSokhabuzela kaNyathikazi owazala uMzazela owazala uNhliziyo owazala u-Mayekisa owazala inkosi u-SHEMBE [u-... qhubeka ufunde »

I-Nkosi u-Mzilikazi kaMashobana

U-Mzilikazi Khumalo UMzilikazi kaMashobana Khumalo  UMzilikazi Khumalo wayeyindondana kaMashobana owayebusa aMantungwa ayakhe ngaphezu komfula uMkhuze. Umuzi wenkosi uMashonana wawaziwa ngokuthi kuseNdinaneni. UMzilikazi wayezalwa yindodakazi yenkosi uZwide kaLanga ogama layo kunguNompethu. UNo... qhubeka ufunde »

error: Content is protected !!