Izithakazelo nomlando wakwaMlilo: Abantu bakwaMlilo bangabozalo lukaMabaso indodana kaMntungwa kaMbulazi . Enye indodana kaMntungwa kwakunguKhumalo . UMabaso wazala abakwaMabaso ,kwathi uKhumalo wazala abakwaKhumalo . Ngakho-ke abakwaMlilo singakusho singananazi sithi nabo bangaMantungwa njengabo ab... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando ngesibongo sakwaChauke Abantu bakwaChauke bayisizwe esikhulu esitholakala kakhulu eMozambikwe nokuyilapho ubukhosi baso busazinze khona . Laba bantu bakwaChauke babuye batholakale eNingizimu Afrika koGiyane,Tzaneen ,Thulamahashe koThoyando nakwezinye izindawo . Lesi sibuye sith... qhubeka ufunde »
Umlando ngeSilo uLobhengula kaMzilikazi: ISilo uLobhengula kwakuyindoda yeSilo yeSilo uMzilikazi futhi yisona esalandela uyise esihlalweni sobukhosi ngemuva kokukhothama kwakhe. ISilo uLobhengula sasibuye sibizwe ngoMakhobolondo nokuligama laso lobuqhawe.ISilo uLobhengula sazalwa ngowe 1835 endaweni... qhubeka ufunde »
Lawamazwi alotshwe kuleli khasi akhulunywa ngu-Mqali waloluhambo lobuNazaretha isikhonzi senhlupheko obizwa ngokuthi ngu’ Isaiah Mloyiswa Mdliwamafa Shembe’ . Ezalwa ngu-Mayekisa kaNhliziyo kaMzazela kaSokhubuzela kaNyathikazi.AbakwaShembe bangabaNtungwa bakwaDonsa Wawakhuluma lawamazwi ... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaNyandeni babekade bengabaNtungwa bakaMbulazi ngokobuzwe ,bengabakwaKhumalo . UNyandeni okwaqanjwa ngaye isibongo wabe engenye yamadodana kaMashobana ,engumnewabo Mzilikazi ,Nzeni , Ntshembeni nabanye. Isibongo sakwaNyandeni sakheka ngemuva kokuba kuxoshwe u-Nyandeni kwaKhumalo ngesizathu... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaNkosi (Ndlangamandla) bangabaNtungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni . Babuye babe ngabaNtungwa ngokobuzwe ngoba bephuma kubantu bakwaKhumalonabo abangabaNtungwa ngokobuzwe . Zimbili izibongo zakwaNkosi , kukhona isibongo sakwaNkosi Ndlangamandla bese kuba khona esakwaNkosi Dlamini . Laba b... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaKhumalo bangaMantungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni , babuye babe ngaMantungwa kaMbulazzi ngokobuzwe . Lesi sibongo sakwaKhumalo siyindlu encane yaMantungwa kaMbulazi , indlunkulu eyakwaMabaso . U-Mntungwa indodana kaMbulazi wabe enamadodana amabili ,u-Mabaso kanye nomnawakhe u-Khumalo .... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaMabaso Abantu bakwaMabaso bakwaMabaso bangabeNtungwa Nguni ngokwezigaba zabeNguni , babuye babe ngabeNtungwa ngokobuzwe ngesizathu sokuthi ukhokho wabo enguMntungwa kaMbulazi .U-Mntungwa wayenamadodana amabili , u-Mabaso owabe eyindlalifa kanye nomnawakhe u-Khumalo o... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaShembe baphuma kusibongo sakwaKhumalo , ngakho-ke nabo bangabeNtungwa Nguni ngokwezigaba zabeNguni njengabo abakwaKhumalo . Umuntu esiqala ukuzwa ngaye kulesi sibongo sakwaShembe nguSokhabuzela kaNyathikazi owazala uMzazela owazala uNhliziyo owazala u-Mayekisa owazala inkosi u-SHEMBE [u-... qhubeka ufunde »