Ibutho likaMawela leZimpangele Kwathi lapho uMawela wakithi eNdinaneni esebulale inkosi yaManala inkosi uSibindi kanye nenkosi yamaNdzundza inkosi uMagodongo uMawela wabutha izinsizwa zaManala kanye nezamaNdzundza wazibuthela ebuthweni alibiza ngokuthi yiButho leZimpangele.Ngenkathi isizwe sifudukel... qhubeka ufunde »
ILokishi iMagwegwe kwaBulawayo Nina beSilo kwaBulawayo eZimbabwe kuneLokishi elibizwa ngokuthi yi-Magwegwe Township.Leli Lokishi laqanjwa ngoMagwegwe wakwaFuyane.UMagwegwe wabe enguNdunankulu kaMthwakazi ngesikhathi senkosi uLobhengula.UNdunankulu ngesikhathi senkosi uMzilikazi kwakunguGundanekumith... qhubeka ufunde »
Umlando ngoNoziwawa ka Mashobana Khumalo Mantungwa amahle nina bakaMzilikazi ka Mashobana iNjumbane eyadla uselwa lweNxwala yabhansela ngabsondezeli kwaNtabazinduna!IKlwa liziyephu kuDlungwane!Enhla basezansi ngiyawabingelela wonke aMantungwa.Ake sikhe phezulu umlando ngoNoziwawa ka Mashobana wakwaK... qhubeka ufunde »
Kithi eNkungwini. Ngonyaka ka 1827 inkosi yakithi uMzilikazi ka Mashobana yakha umuzi wayo waseNkungwini endaweni eyaziwa manje ngokuthi kuseWonderboom buqamama neRosslyn eduze nje nomfula iMpebane.Emanxiweni akithi sekwakhiwa iMall iWonderboom Juction.Indawo yaseWonderboom yaqanjwa ngezintaba ezise... qhubeka ufunde »
Izibongo eziphuma kuMntungwa ka Mbulazi Nina beSilo ake sibheke izibongo eziphuma kuMntungwa ka Mbulazi.Amadodana kaMntungwa ka Mbulazi agqama kakhulu emlandweni uMabaso kanye noKhumalo.UMabaso ka Mntungwa uzala abakwaMabaso,bese uKhumalo ka Mntungwa yena azale abakwaKhumalo.Enye indodana kaMbulazi ... qhubeka ufunde »
Umlando ngo Andries Hendrik Potgieter Nina beSilo lona osesithombeni ngu Andries Hendrik Potgieter ibhunu elamisa kabi kakhulu uMawela wakithi eNdinaneni.AbaThwakazi babelibiza ngokuthi linguPoti.Kusuke kushiwo lona ezibongweni zikaMawela uma kuthiwa “wamudla uPoti kuMaQadase”.AmaQadase kushiwo ... qhubeka ufunde »
UNoju wakwaKhumalo Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela!UDunjwa yedwa limkhandanisile!ISilo uShaka,iSilo sakithi kwaBulawayo.Ake sibheke iqhaza lensizwa yakwaSokhumalo,uNoju owabe eyiNhloli yamakhosi amaNguni.UNoju kuthiwa wayakhe kwaNongoa.Ngokwencwadi ka Baba uM... qhubeka ufunde »
Ibutho leMpande MaNtungwa amahle nina abeSinambathi esagxabha senyela eManyandane!USibopha sishomo singumquba kubo kwaSokhumalo.Nina beSilo ake ngikhe phezulu umlando webutho le Mpande.Ibutho leMpande labuthwa yinkosi uMzilikazi.Umuzi elalihlala kuwo wawubizwa ngokuthi kuseMpandeni.Inkosi uMzilikazi... qhubeka ufunde »
UHlangabeza ka Mzilikazi MaNtungwa amahle nina abakaMzilikazi ka Mashobana owazihlaba zema ngomgobo kwaGqokli!USinhlanhlatha ekhafula lo onjengeMbabalala.Nina beSilo ake sibheke umlando ngendodana yenkosi uMzilikazi uHlangabeza.UHlangabeza wayezalwa uNdlunkulu uLomawaka Nxumalo owayebuye ab... qhubeka ufunde »