Umlando ngoNdlunkulu uNyamazana Xaba UNyamazana Xaba wayengumuntu wesifazana owayenesibindi esiyisimanga. Igama lakhe ayelethiwe uyise nonina kwakunguHlobiso Xaba. Kuthiwa lentokazi yaseMahlutshini yayiyinhle futhi yakhake kahle. Kuyileso sizathu uyise wayiqamba igama uHlobiso ngoba ethi uzohlobi... qhubeka ufunde »
Umlando ngesizwe saBathwakazi Isizwe saBathwakazi isizwe esitholakala eNingizimu yezwe laseZimbabwe. Lesi sizwe sabunjwa iqhawe lakwaKhumalo uMzilikazi indodana kaMashobana kaZikode kaMkhatshwa kaKhumalo. Isizwe saBathwakazi sixube izizwe ezinhlobonhlobo nesingabala kuzo abaTswana , abaVenda, abeSwa... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMntwana (Prince) uNkulumana kaMzilikazi UMntwana uNkulumana Khumalo (iHlokohloko) wayeyinkosana yeSilo sikaMthwakazi iSilo uMzilikazi kaMashobana Khumalo uMthwakazi yisizwe esahlanganiswa iSilo uMzilikazi ngesikhathi sezimpi zoMfecane . Lesi sizwe sisekhona nanamuhla ,sitholakala en... qhubeka ufunde »
Umlando ngeNkosi uBheje Khumalo . Uma uzwa umuntu othukuthele efunga ethi “uBheje eseNgome” yazi ukuthi lowo muntu ungowakwaKhumalo isibongo . Leyo nkulumo abantu bakwaKhumalo babuye bayisebenzise njengesithakazelo . UBheje abantu bakwaKhumalo abafunga ngaye wayeyinkosi yabak... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMbiko kaMadlenya Masuku UMbiko kaMadlenya wakwaMasuku wabe eyiqhawe leSilo sikaMthwakazi iSilo uMzilikazi kaMashobana Khumalo . ISilo uMzilikazi sasisuke kwaZulu zabheka enyakatho ngowe 1821 ngemuva kwengxabano neaLembe . Ngaleso sikhathi sasingakabi iSilo ,sasiseyingenye yezinduna zeSilo... qhubeka ufunde »
Umlando ngeNdlovukazi yaseNkanini uSisile Khumalo USisile wayeyindodakazi kaMgangeni Khumalo, wagana iNgwenyama uMswazi wesibili kaSobhuza.Babebabili oMaKhumalo abagana iNgwenyama uMswazi wesibili, omunye kwakunguLaMagadlela iNdlovukazi uNandi kaMagadlela Khumalo.Uyise kaNdlunkului uNandi (uNan... qhubeka ufunde »
Umlando ngoLotshe noMbambelele Mtshali Lezi izinsizwa zaseMantshalini ezazakhela amagama ngesikhathi sikaZwekufa(De Mfecane Wars) . OLotshe noMbambelele kwakungamadodana kaHlabangane kaKhondlo Mtshali ,sengathi nguLotshe owayemdala . Lezinsizwa zazigqishe noMzilikazi kaMashobana ngesikha... qhubeka ufunde »
Umlando ngoGundanekumitha kaNdlovu: UGundanekumitha kaNdlovu wayengelinye lamaqhawe eSilo uMzilikazi ,wayengowaseMangweni. Le nsizwa yaseMangweni yaba ngomunye wabantu abathunjwa ngenkathi impi yeSilo uMzilikazi ihlasela uNyokana kaMpeyana Zwane . Ukhokho wale nsizwa kwakunguNdiweni nokunguyena okwa... qhubeka ufunde »
Imizi yamakhosi akwaKhumalo: Imizi yenkosi uMashobana kwakuseNsingweni, eNyandeni kanye naseNdinaneni Yonke le mizi yayakhelwe eMkhuze. Omakhalelwane benkosi uMashobana kwakungabakwaNxumalo ababakhe ngasentatshaneni iTshaneni. ENdinaneni kwakukwabo Mzilikazi . Inkosi uMashobana yayizele kakhulu amad... qhubeka ufunde »