Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa
Umlando ngesigodlo saseMbhuleni Nina abakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu.Ngethemba basaphila abeSilo.Esithombeni iSigodlo saseMbhuleni esiseManzana eMpumalanga.Indawo yaseManzana ngaphambilini yayikade ibizwa ngokuthi kuse Badplaas.EMbhuleni kwabe kungesinye seziGodlo zeNgwenyama uMswati wesibili.INdlovukazi eyayihlala kulesi Sigodlo iNdlovukazi uNandzi ka Magadlela wakwaKhumalo eyayaziwa ngokuthi inguLaMagadlela.ULaMagadlela ngeshwa akabatholaka aBantwana babafana.Wazala amadodakazi amabili ewazala neNgwenyama uMswati wesibili.Lawo madodakazi uFikile kany... qhubeka ufunde »
Umlando ngoNhlanganiso ka Bhensa Khumalo Nina beSilo ake sikhe phezulu umlando ngoNhlanganiso indodana ka Bhensa wakithi kwaSokhumalo.Nina beSilo uNhlanganiso wayehlubuke inkosi uMzilikazi ka Mashobana wayogqisha neSilo uDingane esagcina simubuthele ebuthweni loMkhulutshane okwakukhona kulo inkosi u... qhubeka ufunde »
error: Content is protected !!