Umlando ngesibongo sakwaNyandeni Abantu bakwaNyandeni babekade bengabaNtungwa bakaMbulazi ngokobuzwe ,bengabakwaKhumalo.UNyandeni okwaqanjwa ngaye isibongo wabe engenye yamadodana kaMashobana ,engumnewabo Mzilikazi,Nzeni,Ntshembeni nabanye. Isibongo sakwaNyandeni sakheka ngemuva kokuba kuxoshwe u-Ny... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaMlilo bangabozalo lukaMabaso indodana kaMntungwa kaMbulazi . Enye indodana kaMntungwa kwakunguKhumalo . UMabaso wazala abakwaMabaso ,kwathi uKhumalo wazala abakwaKhumalo . Ngakho-ke abakwaMlilo singakusho singananazi sithi nabo bangaMantungwa njengabo abakwaMabaso nabakwaKhumalo . Laba b... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaShembe Abantu bakwaShembe bangaMantungwa akwaNhlanzi.Umuntu esiqala ukuzwa ngaye kulesi sibongo sakwaShembe nguSokhabuzela kaNyathikazi owazala uMzazela owazala uNhliziyo owazala uMayekisa owazala inkosi uShembe (uMqaliwendlela).Ngesikhathi senkosi uSenzanzang... qhubeka ufunde »
Nanso-ke iSigwagwagwa uhlobo lwesibhamu olwenziwa amaNgisi ngowe 1888 ,lwasetshenziswa okokuqala ngqa empini yamaNgisi noMthwakazi ngowe 1893. ISigwagwagwa ngesiZulu saphesheya sibizwa ngokuthi yiMaxim Gun (37mm). UMthwakazi isizwe esakhiwa iqhawe lakwaKhumalo uMzilikazi kaMashobana kaZikode ... qhubeka ufunde »
Nango-ke uMntwana (Prince) uNyamande kaLobhengula kaMzilikazi Khumalo . Le nsizwa ikhumbuleka kahle kakhulu ngempi yeHloka lapho yadidiyela khona impi yaBathwakazi eyayilwa namaNgisi kaLozi . Le mpi yaholwa ngowesifazane uLozikheyi Dlodlo owabe eyiNkosikazi endala yeSilo uLobhengula ka... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaKhumalo Abantu bakwaKhumalo bangaMantungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni , babuye babe ngaMantungwa kaMbulazzi ngokobuzwe .Lesi sibongo sakwaKhumalo siyindlu encane yaMantungwa kaMbulazi , indlunkulu eyakwaMabaso.UMntungwa indodana kaMbulazi wabe enamadodana amabili,uMabaso ka... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaMabaso Abantu bakwaMabaso bakwaMabaso bangabeNtungwa Nguni ngokwezigaba zabeNguni , babuye babe ngabeNtungwa ngokobuzwe ngesizathu sokuthi ukhokho wabo enguMntungwa kaMbulazi .UMntungwa wayenamadodana amabili,uMabaso owabe eyindlalifa kanye nomnawakhe uKhumalo owazala ab... qhubeka ufunde »